• Siphelile isikhathi sokukhetha

    Siyabonga kubo bonke abahlomuli abakhethile kuze kube usuku lomnqamulajuqu. Kulabo abahlomulayo abafanelekile abangazange babhalise abakukhethayo, kuzosebenza okuzenzakalelayo. Lokhu kusho ukuthi ngemva komhla lu-1 kuMashi 2026, uzokhokhelwa ngokuthengiswa kwamasheya akho, ngemva kokudonswa kwezimali ezikhokhiswayo kanye nentela.

  • Izindaba ezimnandi zabahlomuli be-Thusano

    i-Gold Fields Ltd imemezele inzuzo evela kumasheya eyinani eliphelele elingu-R7,00 ngesheya ngalinye (u-R5,60 ngesheya ngalinye ngemva kwentela ekhokhiswa isabelo senzuzo evela kumashiwe).